esperanto-asocio de suda afriko
  • Hejmpaĝo
  • Esperanto
    • Kaburba Kongreseto >
      • Ekzpozicio 2014-10-25 - Observatory, Kaburbo
    • Novaĵoj >
      • Bona Espero - novaĵletero
    • Lokaj grupoj >
      • Kaburbo
      • Johannesburg kaj Pretoria
    • Pri la Asocio
    • Bona Espero - revuo de la Asocio
  • English
    • Courses
    • Speak To The World
    • Discover an easy language
    • Local Groups >
      • Cape Town Conference 2014
  • Afrikaans
    • Praat Met Die Wêreld
    • Ontdek 'n maklike taal
  • isiZulu
    • Khuluma nomhlaba
    • Zitholele ulimi olulula kakhulu
  • Setswana
    • Bua Le Lefatshe Lotlhe
    • Puo e e motlhofo
  • isiXhosa
    • Thetha uviwe lihlabathi lonke
    • Fumanisa ulwini olulula
  • Vendejo

Fumanisa ulwini olulula

Abanye abantu abasikholelwa xa sisithi i-Esperanto ilula kakhulu ukuyifunda kunezinye iilwimi. Ke ngoko nanga amanqam… Yizame ngokwakho!

Ibhalwa njengoko ithethwa

Amagama e-Esperato abizwa isifonetiki kwaye afana kakhulu nesininzi seelwimi.

Nalu uhlobo ezibizwa ngalo izikhamiso:
  • ‘a’ njengo tata
  • ‘e’ njengo bhedi
  • ‘i’ njengo matshini
  • ‘o’ njengo mqamlezo
  • ‘u’ njengo phusha

Amaqabane abizwa nje ngakwisiNgesi ngaphandle kwe:
  • c ufundwa ngo ts, njengo bi_ts
  • c ufundwa ngo ts, njengo bi_ts
  • g soloko enzima, njengo _get
  • j njengakwisingesi y oku _yes
  • ĥ  njengesiBhulu Qua ku – gga (rare)
  • s njengesiNgesi  “sh” ku – ship (ŝipo)

Kukhona futhi amagama athe phecelezi:
  • u-‘ĉ’ (onekapisi) ubizwa njengasesiNgisini ‘ch’ egameni elithi chamber (cambro)
  • u-‘ĝ’ (onekapisi) ubizwa njengasegameni elithi jabula
  • u-‘ĥ’ (onekapisi) ubizwa njengasegameni lesiBhunu gogga
  • u-‘ŝ’ (onekapisi) ubizwa njegasegameni elithi shesha

Ukuze lolu limi luzwakale kamnandi endlebeni ngaso sonke isikhathi kugcizelelwa umsindo olanywa owokugcina:
  • Umngane - amiko  
  • ubaba  - patro,
  • ukufunda - lernas,
  • imoto - aŭtomobilo

Iziqu neziphetho zamagama

Indlela amabizo agcina ngayo: “o”
  • Ubaba  - la patro
  • Imbali - la floro
  • Isitaladi - la strato
  • Inja - la hundo

Indlela izichasiso ezigcina ngayo: “a”
  • -khulu - granda
  • -hle - Bela
  • -khuluphele - dika
  • -ngokushesha - rapida

Indlela izikhanyiso ezigcina ngayo “e”
  • -kalula - facile
  • -kahle  - bele

Indlela izenzo ezigcina ngayo (bonke abantu enkathini yamanje) “as”:
  • Ngingu-  - mi estas
  • Siyaphuza - ni trinkas
  • (Yena) u- - li estas
  • Bafunda - ili lernas
  • (Thina) si- - ni estas

Infinitive verbs (uku- ) ezigcina ngayo “-i”
  • Ukuphuza - trinki
  • Ukulala - dormi

Ukwakhiwa kwamagama onobudlelwano

Njengakwezinye izilimi zaseAfrika, ungasebenzisa iziqalo neziphetho ukuze wakhe amagama onobudlelwano nanomqondo ofanayo. 

Bheka lezi zinhlamvu:
  • “mal” yamagama aphikisanayo:  dika / maldika, -khuluphele/ -zacile
  • “-ul” yabantu: junulo, umuntu omncane
  • “-in” isilili sesifazane: patrino, umama
  • “-ig” ukwenza into yenzeke: beligas, yenza kube kuhle
  • “-ebl” okungenzeka: trinkebla, -phuzekayo
  • “-ej” indawo:  lernejo, indawo lapho kufundelwa khona

mal- isiqalo (ngaphambi kwegama), okunye iziphetho (okutholakala ekugcineni kwamagama).  Kunezibonelo eziningi esingazicabanga

Ngalamagama ungakha amagama anobudlelwano:
  • nova  – sha
  • malnova  – dala
  • novulo – oqalayo
  • novigi – vuselela
  • novigebla  –  okungavuseleleka
  • novulejo – indawo yabaqalyo

Lokhu kukusiza ukwakha amagama amaningi angebaleke, isibonelo bela, belulo, belulino,malbelulino, beligi, beligebla, beligejo…

Manje-ke nansi imisho embalwa

NjengasesiNgisini, umusho ngokuvamile wakhiwa inhloko, nesenzo nokunye okuphelelisa umqondo, kodwa indlela yokuwuhlela ingaba noma kanjani.

EsiZulwini asinayo i-article. Akunankinga ngobulili. Ubuningi benziwa ngokujobelela u “j” eziphethweni ezingu “o” noma “a”.

Inhloko + isenzo
  • Mi trinkas
  • La juna patron lernas

Inhloko + isenzo + nokuhambisana nakho
  • La bela floro estas mulgranda
  • La junuloj estas en la trinkejo

Inhloko + isenzo + umenziwa

Njengoba indlela yokuhlela umusho ikhululekile, i-Esperanto kufanele ihlukanise phakathi kkukamenziwa nenhloko ngokusebenzisa u –n
  • Mi purigas la lernejon (Ngihlanza isikole)
  • La floroj beligis la straton

Okokugcinake futhi okubalulekile nanka amagama angaba lusizo

  • Saluton (Sanibona) or Bonan tagon! (Sanibona)
  • Dankon (Ngiyabonga)
  • Ĝis revido!  (Sala kahle)

Awukaboni namanje ukuthi i-Esperanto ibalulekile?

Nebala, uma usaqala ukuyifunda i-Esperanto uzobuthola ubunzinyana. Kodwa futhi maduze nje uzobe usukufunde konke okungandisa ngendlela engenasiphetho amagama amasha olwazini lwakho lwalolu limi.

Awucabange ngalento:  Kuleli pheshana sesikunikeze ulwazi lwemisuka lwamagama angu -15, izabizwana ezingu- 4, izindlela zokuqedelwa kwamagama ezingu-4, izijobelelo neziqaliso ezingu 6, isakhi esisodwa -1 nondaweni eyodwa -1.

Sicabanga ukuthi ngalamagama okuqala alula usungakwazi ukwenza okungenani amagama angu-150 (singabubali ubuningi bawo nokunye). Futhi usungakha imisho eminingi.  Ngayileyo nayileyo ngxenye entsha ulwazi lwakho lwalolu limi luzothuthuka ngendlela emangalisayo.

Kukuthathe isikhathi esingakanani ukuqonda okukuleli pheshana? Ngabe lukhona yini olunye ulimi ocabanga ukuthi ubungathatha isikhathi esingaphansi kwalesi?

Proudly powered by Weebly